Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 33:23 - IsiZulu 2020

23 Bese ngisisusa isandla sami, ubone umhlane wami, kodwa ubuso bami abuyukubonwa.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Besengisusa isandla sami, ubone umhlane wami, kepha ubuso bami abuyikubonwa.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Futhi ngizosusa isandla sami, futhi uyobona ingemuva lami, kodwa ubuso bami ngeke bubonakale.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 33:23
6 Referans Kwoze  

Akekho osewake wabona uNkulunkulu; nguNkulunkulu, iNdodana ezelwe yodwa, esesifubeni sikaYise embonakalisile.


Wathi: “Awunakububona ubuso bami, ngokuba akukho muntu ongangibona qede aphile.”


Nguye kuphela ongafiyo, ohlala ekukhanyeni okungenakusondelwa kukho, ongakaze abonwe muntu, futhi ongebonwe. Makube kuye udumo namandla aphakade. Amen.


Ngokuba manje sibona esibukweni kalufifi, kepha lapho sobukana ubuso nobuso, ngokuba manje ngazi ingxenye, kepha lapho ngiyokwaziwa ngokupheleleyo, njengokuba bengaziwa ngokupheleleyo.


Bheka, lokho kuyisiphetho sezindlela zakhe, izwi elinyenyezayo esilizwayo ngaye, kodwa ukuduma kwamandla akhe ngubani ongakuqonda na?”


“Ungayithola yini imfihlakalo kaNkulunkulu na? Ungawuthola yini umkhawulo kaSomandla na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite