Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 33:22 - IsiZulu 2020

22 Kuyokuthi lapho yedlula inkazimulo yami, ngikufake emfantwini wedwala, ngikusithe ngesandla sami ngize ngidlule.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Kuyakuthi isadlula inkazimulo yami, ngiyakukufaka ofantwini lwedwala, ngikumboze ngesandla sami, ngize ngidlule.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Futhi lapho inkazimulo yami idlula, ngizokubeka edwaleni futhi ngikumboze ngesandla sami lapho ngidlula.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 33:22
12 Referans Kwoze  

Lowo ohlala emphemeni woPhezukonke akhosele emthunzini kaSomandla,


Bayongena emihumeni esemadwaleni nasemifantwini yamawa, bebalekela ukwesabeka kukaSimakade nenkazimulo yobukhosi bakhe, lapho ekhuphuka ukuthuthumelisa umhlaba.


uyokusibekela ngezimpaphe zakhe, uphephele phansi kwamaphiko akhe, ukwethembeka kwakhe kuyisihlangu nogange.


baphuza okufanayo komoya, ngokuba baphuza edwaleni lomoya elabalandelayo, lelo dwala lalinguKhristu.


Yilowo nalowo uyofana nendawo yokukhosela emoyeni, nesivikelo esivunguvungwini, njengemithombo yamanzi endaweni eyomileyo, nanjengomthunzi wedwala ezweni eligagadekile.


okungukuthi, uNkulunkulu ekuKhristu wenza ukuba izwe libuyisane naye, engababaleli iziphambeko, ebeka kithi izwi lokubuyisana.


Simakade, uyidwala lami nenqaba yami, noMkhululi wami, uNkulunkulu wami; uyidwala engikhosela kulo, isihlangu sami, nophondo lwensindiso yami, inqaba yami.


Njengesihlahla samahhabhula phakathi kwezihlahla ehlathini, unjalo othandiweyo wami phakathi kwezinsizwa. Emthunzini wakhe, ngahlala phansi ngokwenama, isithelo sakhe sasimnandi emlonyeni wami.


“NgoBhenjamini wathi: ‘Othandiweyo kaSimakade uyakuhlala elondwa nguye; uyamsibekela usuku lonke, ahlale phakathi kwamahlombe akhe.’


Wangena lapho emgedeni, walala khona. Kwase kufika izwi likaSimakade, lathi kuye: “Eliya, wenzani lapha na?”


Wawenza umlomo wami wanjengenkemba ebukhali, wangithukusa ethunzini lesandla sakhe, wangenza umcibisholo omenyezelayo, wangithukusa emgodleni wakhe.


Ngibeke amazwi ami emlonyeni wakho, ngakufihla ethunzini lesandla sami; ngeneke amazulu, ngamisa isisekelo somhlaba, ngathi eZiyoni: ‘Wena uyisizwe sami.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite