Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 33:21 - IsiZulu 2020

21 USimakade wathi: “Bheka, nansi indawo ngakimi, uyokuma edwaleni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 UJehova wathi: “Bheka, nansi indawo kimi; uyakuma edwaleni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Wayesethi uJehova: “Bheka, kukhona indawo kimi; uyakuma edwaleni;

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 33:21
11 Referans Kwoze  

“Usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: ‘Uma uhamba ngezindlela zami, ugcine imiyalo yami, uyakuphatha endlini yami, unakekele namagceke ami; ngiyakwenza uhambe phakathi kwalaba abami lapha.


ngiyakubanika endlini yami naphakathi kwezingange zami isikhumbuzo negama elihle kunamadodana namadodakazi; ngiyakubanika igama eliphakade, elingayukuphela.


Umbulali uyakubalekela komunye wayo afike ame esikhaleni sesango lomuzi, achazele amalunga alowo muzi indaba yakhe, bese emthatha amngenise emzini, amnike indawo ahlale phakathi kwawo.


“ ‘Kepha wena, yima lapha nami ukuze ngiyikhulume kuwe yonke imiyalo, izimiso, nezehlulelo oyakubafundisa khona konke ukuba bakwenze ezweni engibanika lona, ukuba balidle.’


Kwase kusondela kuye abathelisi nezoni ukuba bamlalele.


Wangena lapho emgedeni, walala khona. Kwase kufika izwi likaSimakade, lathi kuye: “Eliya, wenzani lapha na?”


Simakade, uyidwala lami nenqaba yami, noMkhululi wami, uNkulunkulu wami; uyidwala engikhosela kulo, isihlangu sami, nophondo lwensindiso yami, inqaba yami.


USimakade uyaphila, malidunyiswe idwala lami. Makaphakanyiswe uNkulunkulu wensindiso yami.


Ngokuba uzongifihla edokodweni lakhe ngosuku lwenhlupheko, angicashise endaweni efihlakele ethendeni lakhe, angiphakamisele edwaleni.


Ngisemkhawulweni womhlaba, ngikhala kuwe lapho inhliziyo yami idangele. Ngiholele edwaleni eliphakemeyo kunami.


Ukuhlengwa kwami nodumo lwami kukuNkulunkulu, idwala lami eliqinileyo, isiphephelo sami sikuNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite