UEksodusi 32:14 - IsiZulu 202014 USimakade wawuguqula umqondo wakhe ngenhlekelele ayehlose ukuyehlisela abantu bakhe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 UJehova wayesephenduka ebubini abethi uzakubenza kubantu bakhe. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202414 UJehova wazisola ngobubi ayecabanga ukubenza kubantu bakhe. Gade chapit la |
Wase ekhuleka kuSimakade, wathi: “Simakade, angikushongo yini lokhu kwasekuqaleni ngesikhathi ngisesezweni lakithi na? Yingakho ngashesha ngabalekela eTharishishi, ngoba ngangazi kahle ukuthi Wena unguNkulunkulu onomusa, owephuza ukuthukuthela, unobubele obukhulu, uyayithambisa inhliziyo yakho ungabe usakwenza okubi obukuhlosile.