Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 31:7 - IsiZulu 2020

7 ithende lokuhlangana, umphongolo wesivumelwano, isihlalo somusa esiphezu kwawo, nayo yonke impahla yethende,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 itende lokuhlangana, nomphongolo wobufakazi, nesihlalo somusa esiphezu kwawo, nezimpahla zonke zetende,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 itende lokuhlangana, nomphongolo wobufakazi, nesihlalo somusa esiphezu kwawo, nempahla yonke yetabernakele;

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 31:7
9 Referans Kwoze  

Bonke ababeyizingcweti phakathi kwabo, bakha ithabanakeli ngamakhethini alishumi elineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, nangokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, nangokubomvu, kwathi ngobugcweti obukhulu bawahlobisa ngamakherubhi.


UBhezaleli wawakha umphongolo ngokhuni lomkhambathi; waba ngamakhubhithi amabili nengxenye ubude, yikhubhithi nengxenye ububanzi, nekhubhithi nengxenye ukuphakama.


Wenza isihlalo somusa ngegolide elicolisekileyo; saba ngamakhubhithi amabili nengxenye ubude, nekhubhithi nengxenye ububanzi.


Waphothulwa kanjalo-ke wonke umsebenzi wethabanakeli lethende lokuhlangana; abantu bakwa-Israyeli benza njengakho konke uSimakade ayemyale ngakho uMose.


USimakade wakhuluma kuMose, wathi:


Uyakufaka kulo umphongolo wesivumelwano, bese uwuhenqela umphongolo ngesihenqo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite