Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 31:6 - IsiZulu 2020

6 Ngaphezu kwalokho, ngimkhethile yena no-Oholiyabe, indodana ka-Ahisamakhi wesizwe sakwaDani, futhi ngibanike ubuchwepheshe bonke abanamakhono, ukuze benze konke engikuyale ukuba ukwenze:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Bheka, mina ngimisile kanye naye u-Oholiyabe indodana ka-Ahisamaki, owesizwe sakwaDani; ezinhliziyweni zazo zonke eziyizingcweti ngenhliziyo ngifake ukuhlakanipha ukuba zikwenze konke engikuyale ngakho:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Bheka, ngimnike u-Oholiyabe indodana ka-Ahisamagi wesizwe sakwaDani kanye naye;

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 31:6
26 Referans Kwoze  

USimakade umphile yena no-Oholiyabhe indodana ka-Ahisamakhi, wesizwe sakwa-Dani ikhono lokufundisa.


“Bonke abanekhono phakathi kwenu bayokuza bezokwenza konke uSimakade ayale ukuba kwenziwe:


Uyakukhuluma kubo bonke abanekhono, engibaphile ikhono ukuba bathungele u-Aroni izingubo ukuze ahlukaniswe abe ngumphristi wami, angikhonze.


Kwathi bekhonza iNkosi, bezila ukudla, uMoya oNgcwele wathi: “Ngahlukaniseleni uBharnabha noSawula ukuba baye emsebenzini engibabizele wona.”


Sekwedlule konke lokho, iNkosi yakhetha abanye abangama-70, yabathumela ngababili ukuba bayandulele, baye emizini nasezindaweni zonke ezakuya kuzo.


uyabona-ke, ngenzile njengokwezwi lakho. Ngikunika inhliziyo enokuhlakanipha nokuqonda; okungazange kube khona namunye owake wafana nawe phambilini, futhi okungayikuba bikho oyovela emva kwakho.


Kepha uma kukhona omunye phakathi kwenu oswele ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngokungagodli futhi engabalisi; uyakuphiwa lokho.


Bonke ababeyizingcweti phakathi kwabo, bakha ithabanakeli ngamakhethini alishumi elineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, nangokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, nangokubomvu, kwathi ngobugcweti obukhulu bawahlobisa ngamakherubhi.


Yibo o-Aroni noMose uSimakade athi kubo: “Khiphani abantu bakwa-Israyeli eGibhithe ngamaviyo abo.”


abaze amatshe ezisekelo, abaze ukhuni, enze nayo yonke imisebenzi yezandla enhlobonhlobo.


Ubagcwalise ngokuhlakanipha ukuba benze yonke imisebenzi eyenziwa ngumqophi, ingcweti, nomfekethisi, ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwezane, ngokubomvu, nangelineni elicolekileyo, nemisebenzi yomaluki, eyalabo abenza noma yimuphi umsebenzi, nabenza imisebenzi yobungcweti.


Wayeno-Oholiyabhe indodana ka-Ahisamakhi wesizwana sakwaDani, umqophi, nengcweti yokuhlobisa, ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni elicolekileyo.


UMose wathi kuyo yonke inhlangano yabantu bakwa-Israyeli: “Yilokhu uSimakade ayale ngakho, ethi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite