Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 30:32 - IsiZulu 2020

32 Awayukusetshenziswa ngabantu ukuba bagcobe ngawo imizimba yabo, futhi awuyukwenza amanye axutshwe njengawo, angcwele, futhi ayoba ngcwele kini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Mawangathelwa emzimbeni womuntu, ningawenzi afana nawo njengokuthakwa kwawo; angcwele, mawabe ngcwele kini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Angathululwa enyameni yomuntu, futhi ungenzi into enjalo njengokwakheka kwayo; ingcwele, iyakuba ngcwele kuwe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 30:32
5 Referans Kwoze  

Uyokwenza ngalokhu amafutha okugcoba angcwele, anamakha athakiweyo njengokwenza komthaki, ayakuba ngamafutha angcwele okugcoba.


“Ningaziniki izinja okungcwele, ningawaphonsi amapharele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo, ziphenduke, zinidwengule.


“ ‘Ongumphristi ophakanyisiwe phakathi kwabafowabo, lowo owathelwa ngamafutha okugcoba ekhanda lakhe, wehlukaniswa ukuba embathe izembatho, akayukuwaqhaqha amagoda ekhanda lakhe, noma aklebhule izembatho zakhe,


Uyakuthi kubantu bakwa-Israyeli: ‘Lawa ngamafutha ami angcwele okugcoba izizukulwane ngezizukulwane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite