Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 30:3 - IsiZulu 2020

3 Uyolicaka phezulu ngegolide elicwengekileyo, kuthi izinhlangothi zalo nxazonke, nezimpondo zalo, uzenzele unqenqema lwegolide macala wonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wolinameka ngegolide elicwengekileyo ngaphezulu, nezinhlangothi zalo nxazonke, nezimpondo zalo, ulenzele udini lwegolide nxazonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wolimboza ngegolide elicwengekileyo ngaphezulu, nezinhlangothi zalo nxazonke, nezimpondo zalo; ulenzele umqhele wegolide inhlangothi zonke.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 30:3
8 Referans Kwoze  

Uyolicaka ngegolide elicwengekileyo, ulenzele umphetho wegolide nxazonke.


Uyakuwucaka ngegolide elicwengekileyo ngaphandle nangaphakathi, uwenzele umphetho wegolide nxazonke.


Enye ingelosi yeza, yema ngase-althare, iphethe isithunqiso segolide, yanikwa impepho eningi ukuba iyenezelele emikhulekweni yabangcwele bonke, phezu kwe-althare legolide eliphambi kwesihlalo sobukhosi.


Ubude balo buyokuba yikhubhithi, nobubanzi balo bube yikhubhithi, libe yisikwele, ukuphakama kwalo kube ngamakhubhithi amabili. Izimpondo zalo zihlangane nalo.


Uyolenzela amasongo amabili egolide phansi konqenqema lwalo ezinhlangothini ezimbili ezibhekene, ayokuba yizindawo zezingongolo eliyothwalwa ngazo.


Wanameka-ke, yonke indlu ngegolide, yaze yaphelela indlu yonke; ne-althare lonke elalisegumbini walinameka ngegolide.


Phambi kwegumbi kwakungamakhubhithi angama-20 ubude, namakhubhithi angama-20 ngobubanzi, namakhubhithi angama-20 ngokuphakama; wakunameka ngegolide elicwengekileyo, walembesa i-althare ngemisedari.


USolomoni wezenza zonke izinto ezazisendlini kaSimakade: i-althare legolide, itafula legolide okwakukhona kulo izinkwa zobukhona,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite