Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 29:6 - IsiZulu 2020

6 Uyakumethwesa umshuqulu ekhanda, bese ubophela umqhele ongcwele emshuqulweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 ufake isigqoko ekhanda lakhe, ubeke umqhele ongcwele esigqokweni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kumelwe ubeke umshuqulo ekhanda lakhe futhi ubeke umqhele ongcwele phezu kwesigqoko.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 29:6
5 Referans Kwoze  

Wamethwesa iqhiya ekhanda, ngaphambili ebunzini wamfaka ucwecwe lwegolide, umqhele wobungcwele, njengalokho uSimakade ayemyalile uMose.


Yilezi izingubo abayozithunga: isivikelo sesifuba, ingubo yamahlombe, ingubo, ibhantshi elihlotshisiweyo, umshuqulo, nombhunkulo. Lapho bethungela u-Aroni namadodana akhe lezi zingubo ezingcwele ukuze bangikhonze bengabaphristi,


Akayukuphuma endaweni engcwele, akayukuyihlambalaza indawo kaNkulunkulu wakhe engcwele, ngokuba ukungcweliswa kwamafutha okugcoba kaNkulunkulu wakhe kuphezu kwakhe; nginguSimakade.


Yayisithi: “Methweseni umshuqulu ohlanzekileyo ekhanda.” Base bemethwesa umshuqulu ohlanzekileyo ekhanda, bamembathisa izingubo, ingelosi kaSimakade yayimile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite