Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 29:44 - IsiZulu 2020

44 “Ngiyongcwelisa ithende lokuhlangana ne-althare, ngingcwelise u-Aroni namadodana akhe ukuba bangikhonze bengabaphristi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 “Ngiyakungcwelisa itende lokuhlangana kanye ne-altare, ngingcwelise no-Aroni namadodana akhe ukuba bangikhonze esikhundleni sobupristi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Ngiyakungcwelisa itende lokuhlangana ne-altare; Futhi ngizongcwelisa u-Aroni namadodana akhe ukuba bangikhonze esikhundleni sobupristi.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 29:44
8 Referans Kwoze  

Akayukuyihlambalaza inzalo yakhe phakathi kwabantu bakubo, ngokuba nginguSimakade omngcwelisayo.’ ”


pho ningakhuluma kanjani ngalowo amehlukanisa wamthumela emhlabeni, ukuthi uyahlambalaza, ngokuba ngithe: ‘NgiyiNdodana kaNkulunkulu’ na?


bazenze babe necala lokudla izinto ezingcwele; nginguSimakade obangcwelisayo.’ ”


“ ‘Ngakho-ke bayogcina umyalo wami; ukuze bangabi nesono ngenxa yawo, bese befa ngokuba bewujivazile; nginguSimakade obangcwelisayo.


Ngiyohlangana nabantu bakwa-Israyeli lapho, leyo ndawo iyakungcweliswa yinkazimulo yami.


Ngiyohlala phakathi kwabantu bakwa-Israyeli, ngibe nguNkulunkulu wabo.


USimakade wathi kuye: “Ngiwuzwile umkhuleko wakho nokunxusa onxuse ngakho phambi kwami. Ngiyibusisile le ndlu oyakhileyo ukuba ngibeke igama lami kuyo kuze kube phakade. Amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuhlala kuyo zonke izinsuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite