Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 29:42 - IsiZulu 2020

42 “Lowo kuyokuba ngumnikelo wokushiswa imihla ngemihla, izizukulwane ngezizukulwane, oyokwenziwa ngasemnyango wethende lokuhlangana, phambi kukaSimakade, lapho ngiyohlangana nani ukuba ngikhulume nani khona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 “Lo uyakuba ngumnikelo oshiswa imihla yonke ezizukulwaneni zenu ngasemnyango wetende lokuhlangana phambi kukaJehova, lapho ngiyakuhlangana khona nani, ngikhulume khona kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Lokhu kuyakuba ngumnikelo oshiswa imihla yonke ezizukulwaneni zenu ngasemnyango wetende lokuhlangana phambi kukaJehova, lapho engiyakuhlangana khona nani khona ukukhuluma nani.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 29:42
10 Referans Kwoze  

Ngiyohlangana nawe lapho, ngikhulume nawe ngiphezu kwesihlalo somusa naphakathi kwamakherubhi amabili aphezu komphongolo wobufakazi, ngiyakukuyala ngakho konke oyakukukhuluma kubantu bakwa-Israyeli.”


Ethendeni lokuhlangana, ngaphandle kwesihenqo esiphambi kwesivumelwano, u-Aroni namadodana akhe bayakuzinakekela phambi kukaSimakade, kusukela kusihlwa kuze kube sekuseni. Lokho kuyakuba yisimiso saphakade esiyakuhlonishwa ngabantu bakwa-Israyeli, izizukulwane ngezizukulwane.


Uyonikela ngelinye iwundlu kusihlwa, uyolinikela nomnikelo wokusanhlamvu nowokuphuzwayo njengasekuseni, kube yiphunga elimnandi, umnikelo womlilo kuSimakade.


Ngiyohlangana nabantu bakwa-Israyeli lapho, leyo ndawo iyakungcweliswa yinkazimulo yami.


Uyoqotha ingxenye yakho ibe yimpuphu, bese ubeka ingxenye yakho phambi komphongolo wesivumelwano ethendeni lokuhlangana, lapho ngiyohlangana nani khona, iyoba ngcwelengcwele kini.


UMose wayevame ukuthatha ithende alimise ngaphandle kwenkambu, buqamama nayo, walibiza ngokuthi yithende lokuhlangana. Yilowo nalowo owayenodaba afuna ukuzwa ngalo kuSimakade, wayehamba aye ethendeni lokuhlangana elalingaphandle kwenkambu.


Uyozibeka ethendeni lokuhlangana ngaphambi kobufakazi, lapho ngihlangana nawe khona.


Umnikelo wawo wokuphuzwayo uyokuba ngokwesine kwehini ngemvu eyodwa. Umnikelo wesiphuzo esinamandla uyothululelwa uSimakade endaweni engcwele.


Bayakunikela njalo ekuseni ngewundlu, ngomnikelo wokusanhlamvu nangamafutha, kube ngumnikelo wokushiswa imihla yonke.”


Ngase ngizwa okhuluma kimi ephakathi endlini; kwakumi umuntu eceleni kwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite