Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 29:3 - IsiZulu 2020

3 Uyokufaka eqomeni elilodwa ukulethe ngalo, ulethe neduna, nezinqama ezimbili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uyakukufaka eqomeni linye, ukulethe ngeqoma kanye nenkunzi nezinqama zombili;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kumelwe ukubeke kubhasikidi owodwa, ukulethe kanye nenkunzi nezinqama ezimbili kubhasikidi.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 29:3
6 Referans Kwoze  

Uyonikela ngenqama ibe ngumhlatshelo womnikelo wokuthula kuSimakade neqoma lesinkwa esingenamvubelo. Umphristi uyobuye anikele ngomnikelo wayo wokusanhlamvu nangowokuphuzwayo.


UMose wathi ku-Aroni namadodana akhe: “Phekani inyama ngasemnyango wethende lokuhlangana, niyidle lapho nesinkwa esiseqomeni lokwahlukaniselwa, njengalokhu ngayala ngathi: ‘U-Aroni namadodana akhe bayokukudla.’


wathatha iqebelengwane laba linye eqomeni lezinkwa ezingenamvubelo elaliphambi kukaSimakade, neqebelengwane lesinkwa samafutha laba linye, nekhekheba lalinye, wakubeka phezu kwamanoni, naphezu komlenze wesokunene,


“Thatha u-Aroni namadodana akhe, izembatho, amafutha okugcoba, inkunzi yomnikelo wesono, izinqama ezimbili, neqoma lezinkwa ezingenamvubelo,


isinkwa esingenamvubelo, namaqebelengwane angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, ukwenze ngempuphu kakolo ecolisekileyo.


Uyoletha u-Aroni namadodana akhe ngasemnyango wethende lokuhlangana, ubageze ngamanzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite