Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 29:10 - IsiZulu 2020

10 “Uyoletha inkunzi phambi kwethende lokuhlangana. U-Aroni namadodana akhe bayokubeka izandla zabo ekhanda layo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “Uyisondeze inkunzi ngaphambi kwetende lokuhlangana; u-Aroni namadodana akhe babeke izandla zabo enhloko yenkunzi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kumelwe ulethe inkunzi phambi kwetende lokuhlangana; u-Aroni namadodana akhe babeke izandla zabo enhloko yenkunzi.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 29:10
13 Referans Kwoze  

UMose wenza ukuba kusondezwe inkunzi yomnikelo wesono; u-Aroni namadodana akhe babeka izandla zabo enhloko yenkunzi yomnikelo wesono.


Uyobeka isandla sakhe enhloko yomnikelo wokushiswa, uyokwamukelwa ngenxa yakhe, njengomnikelo wokubuyisana.


“Uyothatha inqama yesibili bese u-Aroni namadodana akhe bebeka izandla zabo ekhanda layo.


“Uyothatha futhi enye yezinqama, bese u-Aroni namadodana akhe bebeka izandla zabo ekhanda layo.


Ongasazanga isono wamenza isono ngenxa yethu, ukuze kuYena senziwe sibe ngukulunga kukaNkulunkulu.


Thina sonke sidukile njengezimvu; yilowo nalowo uphendukele endleleni yakhe. USimakade wehlisela phezu kwayo ububi bethu sonke.


U-Aroni uyobeka izandla zakhe zombili enhloko yempongo ephilayo, avume phezu kwayo bonke ububi babantu bakwa-Israyeli, neziphambeko zabo, nakho konke ukona kwabo, akubeke enhloko yempongo, bese eyihambisa ngesandla somuntu olungiselwe lokho, iye ehlane.


Wayeseletha inqama yomnikelo wokushiswa; u-Aroni namadodana akhe babeka izandla zabo enhloko yayo.


Uyakubeka isandla sakhe enhloko yawo, awuhlabe ngasekungeneni kwethende lokuhlangana, amadodana ka-Aroni angabaphristi ayofafaza igazi lawo nxazonke ze-althare.


Uyoyihlaba inkunzi phambi kukaSimakade ngasemnyango wethende lokuhlangana.


“AbaLevi bayobeka izandla zabo ezinhlokweni zamaduna, wena unikele ngelinye lawo libe ngumnikelo wesono, nangelinye libe ngumnikelo wokushiswa kuSimakade, ubenzele abaLevi ukubuyisana.


Kuyakuthi lapho usuqedile ukulihlambulula, bese unikela ngeduna elingenasici, nangenqama engenasici.


Uyoliletha iduna phambi kukaSimakade ngasekungeneni kwethende lokuhlangana, abeke isandla sakhe enhloko yalo, iduna lihlatshwe phambi kukaSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite