Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 27:8 - IsiZulu 2020

8 Uyolenza ngamapulangwe libe lugobhozi. Ulenze ngendlela owayikhonjiswa entabeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ulenze ngamapulangwe, libe yigobongo, ulenze njengalokho waboniswa entabeni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kumelwe ulenze libe yigobolondo elinezitayela; njengalokho waboniswa wena entabeni, bayakukwenza kanjalo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 27:8
9 Referans Kwoze  

Qikelela ukuba lokho ukwenze ngendlela okhonjiswe yona kule ntaba.


Yenzani konke njengalokho engizakunikhombisa khona, umfanekiso wethabanakeli, nayo yonke impahla ekulo, niyakuyenza kanjalo.”


bekhonza okungumfanekiso nesithunzi sokwasezulwini, njengalokhu wayalwa uMose esezakuqeda ukwenza ithabanakeli, kwathiwa: “Uyokwenza konke ngesifanekiso salokho owakuboniswa entabeni.”


kodwa bangikhonza ngeze, befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.’ ”


UDavide washo wathi: “Konke lokho ngikubhalile ngiqondiswa nguSimakade, yebo, wonke umsebenzi walo mfanekiso.”


UDavide wanika uSolomoni umfanekiso wompheme, izindlu zethempeli, ingcebo yalo, amakamelo alo aphezulu nangaphakathi kwayo, indlu yesihlalo somusa,


“Okhokho bethu babenethende lobufakazi ehlane njengalokhu kwakuyale uNkulunkulu ngoMose ukuba alenze ngomfanekiso ayemkhobise wona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite