Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 26:24 - IsiZulu 2020

24 Lawa mapulangwe asemakhoneni kufanele ahlanganiswe kusukela phansi kuze kuyofika phezulu, amapulangwe amabili enza amakhona ayokwenziwa kanjalo nawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 aphindwe kabili phansi, nakanjalo aphelele aze afike phezulu esongweni lokuqala, kube njalo kuwo omabili, abengawamagumbi omabili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kumelwe ahlanganiswe ngaphansi, futhi kumelwe ahlanganiswe ngaphezu kwekhanda layo abe yindandatho eyodwa; kuyakuba njalo kubo bobabili; kumelwe abe ngawemagumbi omabili.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 26:24
7 Referans Kwoze  

Nani njengamatshe aphilileyo, nakhiwe nibe yindlu yokomoya, ubuphristi obungcwele, ukuze ninikele ngemihlatshelo yokomoya eyamukelekayo kuNkulunkulu, ngaye uJesu Khristu.


Anazi yini ukuthi nina niyithempeli likaNkulunkulu, nokuthi uMoya kaNkulunkulu uhlala kini na?


Bazalwane, ngiyanincenga, ngegama leNkosi yethu uJesu Khristu, ukuba nikhulume ngazwi linye, kungabi bikho ukwahlukana phakathi kwenu, kodwa nipheleliswe ekubumbaneni; nibe mqondo munye, nambono munye.


Uyokwenza amapulangwe amabili ngasemuva kwethabanakeli abe ngamakhona alo.


Ngakho-ke kuyokuba namapulangwe ayisishiyagalombili anezisekelo zesiliva ezili-16, zibe mbili phansi kwepulangwe ngalinye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite