Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 24:2 - IsiZulu 2020

2 NguMose kuphela oyakusondela kuSimakade, kepha abanye abayukusondela; nabantu abayukukhuphuka naye.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UMose yedwa uyakusondela kuJehova, kepha bona abayikusondela; nabantu abayikukhuphuka naye.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 UMose yedwa uyakusondela kuJehova, kepha bona abayikusondela; futhi abantu abanakukhuphuka naye.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 24:2
12 Referans Kwoze  

UMose wangena phakathi efini, wakhuphukela entabeni, wayesentabeni izinsuku ezingama-40 nobusuku obungama-40.


UMose wayesekhuphukela entabeni, ifu layisibekela intaba.


UMose nenceku yakhe uJoshuwa bavuka, uMose wakhuphukela entabeni kaNkulunkulu.


Ngokuba uKhristu kangenanga endaweni engcwele eyenziwe ngezandla, engumfanekiso waleyo okuyiyo ngempela, kepha wangena ezulwini uqobo ukuba manje abonakale ebusweni bukaNkulunkulu ngenxa yethu,


“Bheka, njengengonyama iphuma ehlozini eJordani, iya emadlelweni aluhlaza, ngiyakubazuma kanjalo abakwa-Edomi, ngibaxoshe ezweni labo. Noma ngubani okhethiweyo ngiyombeka ababuse. Ngokuba ngubani onjengami na? Ngubani ongangiphosela inselelo na? Yimuphi umelusi ongama phambi kwami na?”


Isikhulu siyakuba ngomunye wabo, nombusi walo uyakuvela phakathi kwabo. Ngiyakumsondeza, asondele kimi, ngokuba ngubani oke waba nesibindi sokusondela kimi na?’ kusho uSimakade.


Wathi kuKhora neviyo lakhe: “Kusasa ekuseni uSimakade uzonazisa ukuthi ngubani ongowakhe, nongcwele, bese emsondeza kuye lowo akhetha ukumsondeza.


Kepha abantu bamela kude, kwaba nguMose kuphela osondela efini elimnyama lapho uNkulunkulu wayekhona.


USimakade wathi kuMose: “Khuphukela kuSimakade, wena, no-Aroni, noNadabi, no-Abhihu, namalunga angama-70 akwa-Israyeli; nikhothame ningikhonze nisekude.


UMose weza watshela abantu wonke amazwi kaSimakade nezehlulelo zonke; abantu bonke baphendula ngazwi linye, bathi: “Wonke amazwi uSimakade awakhulumile sizowenza.”


Uyakubamisela abantu umngcele nxazonke, uthi: ‘Qaphelani ningenyukeli entabeni, noma nithinte umngcele wayo. Noma ngubani othinta intaba uyakubulawa impela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite