Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 23:28 - IsiZulu 2020

28 Ngiyokwenza izitha zakho zithuthumele, ngigudluze amaHivi, amaKhanani namaHithi phambi kwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Ngiyakuthuma iminyovu phambi kwakho eyakuxosha amaHivi, namaKhanani, namaHeti phambi kwakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngiyakuthuma phambi kwakho imivuvu eyakuxosha amaHivi, namaKhanani, namaHeti phambi kwakho.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 23:28
7 Referans Kwoze  

USimakade uNkulunkulu wakho uyothumela iminyovu phakathi kwazo, kuthi bonke abaseleyo nabazithukusileyo babhubhe baphele phambi kwakho.


izwe lamaKheni, lamaKhenizi, lamaKhadimoni,


Ngizothuma ingelosi phambi kwakho, ngiwaxoshe amaKhanani, ama-Amori, amaHithi, amaPherizi, amaHivi, namaJebusi.


Qaphela lokhu engikuyala ngakho namuhla. Uyabona-ke, ngizowaxosha phambi kwakho ama-Amori, amaKhanani, amaHithi, amaPherizi, amaHivi namaJebusi.


Wawulungisela indawo phambi kwawo, wagxila, wagcwalisa umhlaba.


UNkulunkulu wasemandulo uyisiphephelo nangaphansi zikhona izingalo ezingunaphakade; wazixosha izitha phambi kwakho wathi: ‘Bhubhisa.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite