Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 23:10 - IsiZulu 2020

10 “Iminyaka eyisithupha uyakutshala insimu yakho, uvune isivuno sayo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “Iminyaka eyisithupha uyakutshala izwe lakho, uvune izithelo zalo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kumelwe uhlwanyele izwe lakho iminyaka eyisithupha futhi ubuthe izithelo zalo;

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 23:10
6 Referans Kwoze  

kodwa ngonyaka wesikhombisa uyakuyiphumuza, awuyukuyilima; uyakuyiyeka ibe yifusi, ukuze abampofu bakini badle, kuthi lokho abakushiyayo kudliwe yizilwane zasendle. Uyokwenza kanjalo nangesivini sakho nangeminqumo yakho.


USimakade wakhuluma kuMose entabeni iSinayi, wathi:


Futhi awusingenisile ezweni elichichima ubisi noju, awukasiniki ifa lethu lamasimu nezivini; usuzama ukukhohlisa laba bantu na? Ngeke neze sikhuphuke.”


Uma abezizwe besilethela okuthengisayo noma yini okusanhlamvu ngesabatha, asiyukukuthenga ngesabatha noma ngaluphi usuku olungcwele, futhi asiyukuvuna ngonyaka wesikhombisa; sesule zonke izikweletu ngalowo nyaka.


ngisho nemfuyo yakho nezilwane zasendle, konke okuzimilele ezweni kuyakuba ngukudla kwenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite