Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 22:5 - IsiZulu 2020

5 “Uma umuntu eklabisa ensimini noma esivinini, ayekele izinkomo zakhe zidle ensimini yomunye, kufanele akhokhe lokho okudliweyo; akhiphe okwekhethelo esivinini noma ensimini yakhe kube yinkokhelo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Uma umuntu eklabisa ensimini noma esivinini, aziyeke nje izinkomo zakhe zize zidle ensimini yomunye, uyakukhokha nokukhokha ngokuhle kwensimu yakhe nangokuhle kwesivini sakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Uma umuntu edla insimu noma isivini, angenise izinkomo zakhe, adle ezweni lomunye; ngokuhle kakhulu kwezwe lakhe nokuhle kakhulu kwesivini sakhe kumelwe akhiphe isinxephezelo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 22:5
7 Referans Kwoze  

Ubuyisa konke akukhandlekelayo, engakakugwinyi, akayukujabula ngempahla ayitholileyo.


Kepha uma yebiwe, umniniyo uyothola isinxephezelo.


Uma libanjwe emini kwabha, kuyoba yicala legazi phezu kwalo. Isela liyokhokha ngokuphindiwe; uma lingenalutho lokukhokha, kuyothengiswa ngalo ngenxa yokweba kwalo.


umnini womgodi uyokhokhela umnini wesilwane ngemali; yena athathe isilwane esifileyo sibe ngesakhe.


“Uma okwebiweyo kutholakala esandleni salo kusaphila, kungaba yinkabi, yimbongolo noma yimvu, isela liyakukhokha ngokuphindwe kabili.


“Uma kuqubuka umlilo, wokheleke ezihlahleni ezinameva kuze kushe nezinhlanga zamabele, noma okusanhlamvu okungakavunwa, lowo othungele umlilo kufanele akhokhe.


Futhi awusingenisile ezweni elichichima ubisi noju, awukasiniki ifa lethu lamasimu nezivini; usuzama ukukhohlisa laba bantu na? Ngeke neze sikhuphuke.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite