Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 22:11 - IsiZulu 2020

11 isifungo phambi kukaSimakade yisona esiyakunquma phakathi kwabo ukuthi omunye akabanga nasandla empahleni yomunye. Umnini wesilwane uyakusamukela isifungo kungabi bikho sinxephezelo asitholayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 kuyakunquma isifungo sikaJehova phakathi kwabo bobabili sokuthi akasifakanga yini isandla sakhe empahleni yomakhelwane wakhe; umniniyo uyakusamukela isifungo, angayikhokhi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Khona-ke kuyakuba khona isifungo seNkosi phakathi kwabo bobabili, ukuthi akenzanga isandla sakhe empahleni yomakhelwane wakhe; umniniyo uyakuyithokozisa, angayikhokhi.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 22:11
10 Referans Kwoze  

Phela abantu bafunga omkhulu kunabo; kubona isifungo siyakuqeda ukuphikisana konke, siqinise.


funa ngisuthe, bese ngikuphika, ngithi: ‘USimakade ungubani na?’ funa ngibe mpofu, ngebe, ngilihlambalaze igama likaNkulunkulu wami.


noma ethola into ebilahlekile bese eyiphika, noma afunge ngenkohliso mayelana nanoma yikuphi kwalokho akwenzileyo, uyona.


“ ‘Uma umuntu ebiziwe ukuba ethule ubufakazi obufungelwe ngalokho akuzwile, athi noma ekwazi ukubethula ubufakazi njengomuntu obonile noma olwaziyo udaba, kodwa athule angakhulumi, lowo uyothwala icala.


“Awuyukusabalalisa umbiko ongamanga, awuyukubambisana nababi ukwethula ubufakazi obungamanga.


Uma isela lingabanjwanga, umnini wendlu uyakulethwa phambi kukaNkulunkulu, ukuze kucaciswe ukuthi umnini wempahla ngabe uyintshontshe kwamakhelwane yini noma qha.


“Uma umuntu enika umakhelwane wakhe imbongolo, noma inkabi, noma imvu, noma silwane sini, bese isilwane siyafa noma silimale noma sithunjwe singabonwa muntu,


Kepha uma yebiwe, umniniyo uyothola isinxephezelo.


Ngithi: gcina umyalo wenkosi, ngenxa yesifungo sikaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite