Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 22:10 - IsiZulu 2020

10 “Uma umuntu enika umakhelwane wakhe imbongolo, noma inkabi, noma imvu, noma silwane sini, bese isilwane siyafa noma silimale noma sithunjwe singabonwa muntu,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “Uma umuntu enikeza kumakhelwane wakhe imbongolo, noma inkabi, noma imvu, noma kungaba yisilwane sini, ukuba akulondoloze, bese kufa, noma kulimala, noma kuphangwa, kungabonwa muntu,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Uma umuntu enika umakhelwane wakhe imbongolo, noma inkabi, noma imvu, noma yisiphi isilwane ukuba asigcine; futhi iyafa noma ilimale noma iqhutshwe, kungekho muntu oyibonayo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 22:10
6 Referans Kwoze  

okungenxa yalo ngihlupheka. Kodwa anginamahloni, ngokuba ngiyamazi engikholwa kuye, futhi nginesiqiniseko sokuthi Yena unamandla okulondoloza lokho angithwese khona, kuze kufike lolo lusuku.


Ngakho uma ningathembekile ekuphatheni umcebo ongalungile, pho ngubani oyakuniphathisa umcebo woqobo na?


Kepha leyo eyenze okungafanele ngenxa yokungazi, iyakushaywa imivimbo embalwa. Yilowo nalowo ophiwe okuningi, kuyakufunwa okuningi kuye, nophathiswe okuningi, kuyakubizwa okuningi kakhulu kuye.”


Kepha uJosefa wenqaba, wathi enkosikazini yomphathi wakhe: “Umphathi wami akakhathazeke ngalutho endlini yakhe, futhi ukunikele konke ezandleni zami.


“Emacaleni wonke ombango wempahla, aphathelene nenkabi, imbongolo, imvu, isembatho, noma iyiphi nje enye impahla elahlekile, bobabili ababangayo bayoletha izikhalo zabo kuNkulunkulu. Olahlwa yicala phambi kukaNkulunkulu uyomkhokhela umakhelwane wakhe kuphindwe kabili.


isifungo phambi kukaSimakade yisona esiyakunquma phakathi kwabo ukuthi omunye akabanga nasandla empahleni yomunye. Umnini wesilwane uyakusamukela isifungo kungabi bikho sinxephezelo asitholayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite