Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:36 - IsiZulu 2020

36 Kepha uma kwaziwa ukuthi le nkabi inomkhuba wokuhlasela, nomniniyo engayivaleli, kufanele akhokhele umnini wenkabi efileyo ngenkabi ephilayo; yena agcine leyo efileyo kube ngeyakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Kodwa uma kwaziwa ukuthi inkabi ibizinge ihlaba nangaphambili, umniniyo engayigcinanga kodwa, uyakuyikhokha nokuyikhokha inkabi ngenkabi, efileyo ibe ngeyakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Noma kwakwaziwa ukuthi inkabi ibihlaba ngaphambili, umniniyo akayibambanga; uyakuyikhokha impela inkabi ngenkabi; labafileyo bazakuba ngabakhe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:36
4 Referans Kwoze  

Uma inkabi ijwayele ukugwaza abantu, futhi nomniniyo exwayisiwe ngalokho, kodwa angayibophi, uma-ke ibulala owesilisa noma owesifazane, iyokhandwa ngamatshe, nomniniyo abulawe.


“Uma inkabi yomunye ibulala inkabi yomunye, bobabili bayoyithengisa inkabi ephilayo bese behlukaniselana ngemali; babuye behlukaniselane ngenyama yenkabi efileyo.


“Uma umuntu entshontsha inkabi noma imvu, bese eyihlaba noma ayithengise, uyokhokhiswa izinkabi ezinhlanu ngenkabi, nezimvu ezine ngemvu.


Oshaya inkomo ize ife uyoyikhokha, kube ngukuphila ngokuphila.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite