Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:32 - IsiZulu 2020

32 Uma inkabi igwaze yabulala isigqila sesilisa noma sesifazane, umniniyo uyokhokhela umnini wesigqila amashekeli esiliva angama-30; inkabi ikhandwe ngamatshe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Uma inkabi iqhubukusha isigqila noma isigqilakazi, uyakunika inkosi yaso amashekeli* angamashumi amathathu esiliva, inkabi ikhandwe ngamatshe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Uma inkabi isunduza isigqila noma incekukazi; kumelwe anike inkosi yabo amashekeli angamashumi amathathu esiliva, futhi inkabi kumelwe ikhandwe ngamatshe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:32
9 Referans Kwoze  

wathi: “Niyakunginika ini, uma ngimkhaphela kini na?” Base bemkalela, bamnika izinhlamvu zesiliva ezingama-30.


Kepha wazidela, wathatha isimo senceku, wazalwa waba ngumuntu, wabonakala enesimo somuntu.


Kwathi lapho kwedlula abahwebi bakwaMidiyani, bamkhipha uJosefa emgodini, bamthengisa kwabakwa-Ishmayeli ngezinhlamvu zesiliva ezingama-20, ababe sebemthatha bahamba, baya naye eGibhithe.


Uma inkabi igwaze yabulala umfana noma intombazane le mithetho engenhla yiyona eyolandelwa.


“Uma umuntu evula umgodi noma emba umgodi angawembozi bese kukhalakathela kuwo inkabi noma imbongolo,


Ngayithenga-ke insimu ese-Anathothi kuHanameli, indodana yomfowabo kababa, ngamkalela isiliva, kwaba ngamashekeli esiliva ali-17.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite