Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:30 - IsiZulu 2020

30 Kepha uma umniniyo ehlawulisiwe, uyakukhokha leyo nhlawulo emisiweyo ngalowo obulewe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Uma kubekwa phezu kwakhe ihlawulo, uyakukhokha konke okubekwa phezu kwakhe, kube yisihlengo sokuphila kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Uma ikhokhiswa isamba semali kuye, kumelwe akhiphe konke okubekwa phezu kwakhe kube yisihlengo sokuphila kwakhe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:30
6 Referans Kwoze  

“Uma abantu belwa, balimaze owesifazane okhulelwe, aphuphunyelwe yisisu, kodwa yena angalimali ndawo, lowo muntu uyohlawuliswa njengoba indoda yalowo wesifazane inqumile ukuba ahlawule, ngokwesinqumo sabehluleli.


“Lapho kubalwa abantu bakwa-Israyeli ukuze bonke babhaliswe, lapho bebhaliswa, bonke bayakukhokha inhlawulo yempilo yabo kuSimakade, ukuze bangehlelwa ubhubhane ngenxa yokubalwa.


Inhlawulo yokuphila komuntu yingcebo yakhe, kepha ompofu akalaleli ekhuzwa.


Uma inkabi ijwayele ukugwaza abantu, futhi nomniniyo exwayisiwe ngalokho, kodwa angayibophi, uma-ke ibulala owesilisa noma owesifazane, iyokhandwa ngamatshe, nomniniyo abulawe.


Uma inkabi igwaze yabulala umfana noma intombazane le mithetho engenhla yiyona eyolandelwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite