Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:26 - IsiZulu 2020

26 “Uma umuntu eshaya iso lesigqila sakhe sesilisa noma sesifazane, iso alibulale, uyosikhulula ngenxa yeso laso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 “Uma umuntu eshaya iso lesigqila sakhe noma iso lesigqilakazi sakhe, alibulale, wosikhulula ngenxa yeso laso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Uma umuntu eshaya iso lesigqila sakhe noma iso lencekukazi yakhe, libhubhe; kufanele amkhulule ngenxa yeso lakhe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:26
14 Referans Kwoze  

Makhosi, ziphatheni kahle nangokufaneleyo izinceku zenu, nikhumbule ukuthi nani nineNkosi ezulwini.


Nani makhosi, yenzani kanjalo ezincekwini, niyeke ukuzisongela, nazi ukuthi iNkosi yazo neyenu isezulwini, nokuthi kuyo akukho ukukhetha umuntu.


umela izintandane nabacindezelweyo, ukuze kungabi bikho namunye emhlabeni, ozoba yingozi komunye.


Kepha Wena uyamqaphela osenkathazweni nasosizini, wenze okuthile ngaye. Abampofu bangethembela kuwe, nezintandane ngokunjalo.


Ungumphindiseli, uyabakhumbula, akabakhohlwa abahluphekileyo nabathobekile, akakukhohlwa ukukhala kwabo.


Siyafana nabafowethu, nezingane zethu ziyafana nezabo, kodwa siphoqa amadodana ethu namadodakazi ethu ukuba abe yizigqila; asinamandla, amasimu ethu nezivini zethu manje sekungokwabanye.”


Awuyukuhlanekezela isehlulelo, ungakhethi buso bamuntu, ungafunjathiswa sipho, ngokuba isipho siyawaphuphuthekisa amehlo ohlakaniphileyo, siphendukezela amazwi olungileyo.


“Uma indoda ishaye isigqila sayo sesilisa noma sesifazane ngenduku saze safa phansi kwesandla sayo, kufanele ijeziswe nokujeziswa,


ukushiswa ngokushiswa, umvimbo ngomvimbo, inxeba ngenxeba.


Uma eshaye isigqila sakhe sesilisa noma esesifazane saphuma izinyo, isigqila siyakuhamba singokhululekileyo ngenxa yezinyo laso.”


iso ngeso, izinyo ngezinyo, isandla ngesandla, unyawo ngonyawo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite