Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:19 - IsiZulu 2020

19 uma elulama, akwazi ukuzihambela phandle ngenduku, owamshayayo akayukujeziswa, nokho uyomkhokhela ngesikhathi sakhe esichithekileyo, elashwe aze alulame.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 khona-ke, uma elulama, ahambahambe phandle ngenduku yakhe, owamshayayo uyakuyekelwa, amkhokhele nokho isikhathi sakhe esaphukileyo, elashwe nokwelashwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uma evuka futhi ehamba ngodondolo lwakhe, omshayileyo uyakukhululwa; kuphela oyokhokhela ukulahlekelwa yisikhathi sakhe futhi amphulukise ngokuphelele.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:19
4 Referans Kwoze  

Usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: “Kusazohlala amakhehla nezalukazi emigwaqweni eJerusalema, yilowo nalowo aphathe udondolo esandleni sakhe ngenxa yobuningi bezinsuku zakhe.


Igazi lakhe malibe phezu kwekhanda likaJowabe nakubo bonke abendlu kayise: makungahlali kungekho endlini yakhe ocucuzayo, onochoko, ozimelelayo ngodondolo, ofa ngenkemba, noswela isinkwa.”


“Nxa abantu belwa, omunye ashaye umakhelwane wakhe ngetshe noma ngenqindi, angafi, kepha alale embhedeni,


“Uma indoda ishaye isigqila sayo sesilisa noma sesifazane ngenduku saze safa phansi kwesandla sayo, kufanele ijeziswe nokujeziswa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite