Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 21:12 - IsiZulu 2020

12 “Umuntu oshaya omunye ambulale, naye uyakubulawa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Oshaya umuntu aze afe, wobulawa nokubulawa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Oshaya umuntu aze afe, wobulawa nokubulawa.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 21:12
11 Referans Kwoze  

“Ochitha igazi lomuntu, nelakhe liyochithwa ngumuntu, ngokuba umuntu wadalwa nguNkulunkulu, wamenza wafana naye.


UJesu wathi kuye: “Buyisela inkemba yakho emgodleni wayo, ngokuba bonke abaphatha inkemba bayakubhubha ngenkemba.


“ ‘Umuntu oshaya omunye aze afe, impela uyobulawa.


UDavide wathi kuNathani: “Ngonile kuSimakade.” UNathani wathi kuDavide: “USimakade usisusile isono sakho, awuyukufa.


Maqondana negazi lenu okukulo ukuphila, ngiyakuliphindiselela kuzo zonke izilwane ngisho noma nibulalane nodwa.


Uma indoda ingasakufezi lokhu okuthathu esigqilini sayo, kufanele isikhulule, futhi ingakhokhelwa lutho ngaso.


“ ‘Makaqalekiswe obulalela umakhelwane wakhe esithe.’ “Bonke abantu bayothi: ‘Amen.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite