Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 20:25 - IsiZulu 2020

25 Uma ningakhela i-althare lamatshe, aniyukulakha ngamatshe abaziweyo, ngokuba nilingcolisile ngamashizolo eniwasebenzise kulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Uma ungenzela i-altare ngamatshe, awuyikulakha ngamatshe abaziweyo, ngokuba uma uphakamisela kulo ingwedo yakho, ulingcolisile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Futhi uma nifuna ukungenzela i-altare lamatshe, akumelwe nilakhe ngamatshe abaziweyo; ngoba uma uphakamisa ithuluzi lakho phezu kwalo, ungcolisile.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 20:25
6 Referans Kwoze  

walenza lanjengalokhu uMose inceku kaSimakade ayemyalile u-Israyeli, nanjengalokhu kulotshwe encwadini yomthetho kaMose, ukuthi: i-althare kumele lenziwe ngamatshe angabaziwe, okungakaze kusetshenziswe thuluzi kuwo. Base benikela iminikelo yokushiswa kuSimakade, banikela neminikelo yokuthula.


Niyakungakhela i-althare ngomhlabathi, nenze phezu kwalo imihlatshelo yokushishwa neyokuthula, ngezimvu nezinkomo zenu, kuzo zonke izindawo lapho ngenza khona ukuba igama lami likhunjulwe, ngiyakuza nginibusise.


Indlu, isakhiwa, yakhiwa ngamatshe alungiswa enkwalini; akuzwakalanga sando, zembe, piki, nanto yensimbi, isakhiwa.


Amatafula amane omnikelo wokushiswa ayenziwe ngamatshe abaziweyo, ubude buyikhubhithi nengxenye, ububanzi buyikhubhithi nengxenye, nokuphakama kuyikhubhithi; babebeka phezu kwawo lokho ababekusebenzisa uma behlaba, benza umnikelo wokushiswa nomhlatshelo.


UMose wawabhala wonke amazwi kaSimakade. Wavuka ekuseni ngovivi, wakha i-althare phansi kwentaba, wamisa izinsika ezili-12 ngokwezizwe ezili-12 zakwa-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite