Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 18:3 - IsiZulu 2020

3 namadodana akhe amabili, igama lenye kwakunguGereshomu, ngokuba wayethi: “Ngingumfokazi ezweni labezizwe,”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 namadodana akhe omabili, igama lenye linguGereshomu, ngokuba wayethe: “Ngangingumfokazi kwelinye izwe,”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 namadodana akhe amabili; igama lomunye lalinguGereshomu; ngoba wathi: Ngangingowemzini elizweni lemzini.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 18:3
8 Referans Kwoze  

Wazala indodana wayibiza ngokuthi nguGereshomu, ngokuba ethi: “Ngingumfokazi ezweni labezizwe.”


“UMose ezwa lokho, wabaleka, wayokuba ngumfokazi kwaMidiyani, lapho afika wazala khona amadodana amabili.


Bonke laba bafa bekholiwe, bengazamukeliswanga izithembiso, kodwa bezibonile, bazithakasela zikude, bevumile ukuthi bangabafokazi nezihambi emhlabeni.


“Simakade, yizwa umkhuleko wami, ubeke indlebe ekunxuseni kwami, izinyembezi zami mazingakuniki ukuthula. Ngokuba kuwe ngingumfokazi, isihambi, njengokhokho bami.


UMose wathatha umkakhe namadodana akhe, wabagibelisa embongolweni, wahamba wabuyela eGibhithe. UMose wayephethe induku kaNkulunkulu ngesandla.


Bathandekayo, ngiyanincenga njengabafokazi nezihambi ukuba nidede ezinkanukweni zenyama ezilwa nomphefumulo.


AbakwaDani bazimisela isithombe esibaziweyo. UJonathani, indodana kaGerishomi, indodana kaManase namadodana akhe, babengabaphristi besizwana sakwaDani, kwaze kwaba lusuku izwe elathunjwa ngalo.


Amadodana kaMose, nguGereshomu no-Eliyezeri.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite