Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 16:26 - IsiZulu 2020

26 Nizokubutha izinsuku eziyisithupha, kodwa kuthi ngolwesikhombisa oluyisabatha kungabi bikho.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Anokubutha izinsuku eziyisithupha, kepha ngosuku lwesikhombisa kuyisabatha; akuyikubakho ngalo.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kumelwe ukubuthe izinsuku eziyisithupha; kodwa ngosuku lwesikhombisa, okuyisabatha, kakuyikuba njalo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 16:26
6 Referans Kwoze  

Umphathi wesinagoge wacasuka ngokuba uJesu esindise umuntu ngesabatha, wayesekhuluma esixukwini ethi: “Kunezinsuku eziyisithupha okufanele ukuba kusetshenzwe ngazo. Ngakho-ke wozani ngalezo zinsuku ukuze niphiliswe, hhayi ngosuku lwesabatha.”


“ ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “Isango legceke elingaphakathi, elibheke ngasempumalanga liyakuvalwa izinsuku eziyisithupha zokusebenza, kepha ngosuku lwesabatha nangosuku lokwethwasa kwenyanga, liyakuvulwa.


Uyosebenza izinsuku eziyisithupha, uwenze wonke umsebenzi wakho,


UMose wathi: “Kudleni namuhla, ngokuba namuhla yisabatha kuSimakade, namuhla anizukukuthola endle.


Ngosuku lwesikhombisa abanye abantu baphuma ukuyokubutha, kodwa abafumananga lutho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite