Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 16:18 - IsiZulu 2020

18 Kepha kwathi lapho bekulinganisa nge-omeri, kulabo ababebuthe okuningi akusalanga lutho, nalabo ababebuthe okuncane abantulanga: yilowo nalowo wayebuthe ngangokwesidingo sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Lapho sebelinganisa ngeyomere,* yena owayebuthe okuningi akabanga nokuseleyo, nowayebuthe okuyingcosana akaswelanga. Yilowo nalowo wabutha njengokudla kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Lapho sebelinganisa ngegomere, owayebuthe okuningi akasalanga lutho, nowayebuthe okuyingcosana akaswelanga; babutha, kwaba yilowo nalowo njengokudla kwakhe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 16:18
3 Referans Kwoze  

Abantu bakwa-Israyeli benza kanjalo, abanye babutha okuningi, abanye okuncane.


Imizi eniyobanika yona niyoyithatha kuso isabelo sabantu bakwa-Israyeli, kwesikhulu niyothatha eminingi, kwesincane nithathe eyingcosana. Yilowo nalowo uyonika abaLevi ngokuthi athathe emizini eyisabelo sefa lakhe alidlayo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite