Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 16:16 - IsiZulu 2020

16 Yileli lizwi uSimakade aniyale ngalo wathi: ‘Kubutheni kube yilowo ngokwesilinganiso sakhe, i-omeri kumuntu ngokwesibalo sabantu, nithathele bonke abasemathendeni enu.’ ”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Lokhu kuyikho uJehova ayalile ngakho ukuthi: ‘Kubutheni, kube yilowo nalowo njengokudla kwakhe; anothatha iyomere* ngomuntu ngokwenani labantu benu, yilowo nalowo abathathele abasetendeni lakhe.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Nansi indaba uJehova ayala ngayo: Buthani kukho, kube yilowo nalowo njengokudla kwakhe, ihomere kulowo nalowo, ngokwesibalo somzimba wakho; yilowo nalowo athathele abasetendeni lakhe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 16:16
4 Referans Kwoze  

I-omeri ingokweshumi kwe-efa.


Kepha kwathi lapho bekulinganisa nge-omeri, kulabo ababebuthe okuningi akusalanga lutho, nalabo ababebuthe okuncane abantulanga: yilowo nalowo wayebuthe ngangokwesidingo sakhe.


Abantu bakwa-Israyeli benza kanjalo, abanye babutha okuningi, abanye okuncane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite