Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 14:23 - IsiZulu 2020

23 AbaseGibhithe ababebaxosha bangena olwandle, amahhashi wonke kaFaro, nezinqola zakhe zempi, nabagibele amahhashi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 AbaseGibithe babaxosha, bangena emva kwabo ngaphakathi kolwandle, namahhashi onke kaFaro, nezinqola zakhe, nabamahhashi bakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 AbaseGibithe babaxosha, bawalandela kwaze kwaba phakathi kolwandle, namahhashi onke kaFaro, nezinqola zakhe, nabamahhashi bakhe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 14:23
7 Referans Kwoze  

Mina ngiyakuyenza lukhuni inhliziyo yabaseGibhithe ukuze banilandele, ngiyofumana udumo ngoFaro nangayo yonke impi yakhe, izinqola zakhe zempi, nabagibele amahhashi.


Kwathi ukuba amahhashi kaFaro, nezinqola zempi yakhe, nabagibele amahhashi bangene olwandle, uSimakade wawabuyisela phezu kwabo amanzi olwandle, kodwa abantu bakwa-Israyeli badabula behamba emhlabathini owomileyo.


Nabu ububi obukukho konke okwenzeka phansi komthunzi welanga: bonke behlelwa yinto efanayo; izinhliziyo zabo bonke abantu zigcwele ububi, ukuhlanya kukuzo besaphila, emuva kwalokho baya kwabafileyo.


USimakade, wathi: ‘Ngubani oyakuyenga u-Ahabi ukuba enyuke afele eRamothi Gileyadi na?’ “Omunye washo komunye.


“Isitha sathi: ‘Ngizokubahubha, ngize ngibafice, ngehlukanise impango, ngizitike ngize ngidele ngabo. Ngiyakuhosha inkemba yami, isandla sami sibabhubhise.’


“Ngiyakuyenza lukhuni inhliziyo kaFaro, uyakubalandela, ukuze ngithole udumo ngoFaro nangempi yakhe yonke; abaseGibhithe bayakukwazi ukuthi nginguSimakade.” Benza kanjalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite