Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 14:2 - IsiZulu 2020

2 “Khuluma nabantu bakwa-Israyeli ukuze babuyele emuva, bayokanisa phambi kwePhi Hahirothi, phakathi kweMigidoli nolwandle, phambi kweBhali Zefoni; bakanise ngasolwandle babhekane nalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Yisho kwabakwa-Israyeli ukuba babuyele emuva, bamise ngaphambi kwePhi Hahiroti, ngaphakathi kweMigidoli nolwandle, phambi kweBali Sefoni; anomisa ngaselwandle, nibhekane nalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuba baphenduke, bamise ngaphambi kwePhihagiroti, phakathi kweMigidoli nolwandle, malungana neBali Sefoni; ngalokho uyakumisa ngaselwandle.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 14:2
9 Referans Kwoze  

Izwi elafika kuJeremiya mayelana nabaJuda bonke ababehlala eGibhithe, eMigidoli, eThahiphanesi, eNofi, nasePhathirosi, lathi:


“Memezelani eGibhithe, nimemezele eMigidoli; yenzani isimemezelo eNofi naseThahiphanesi, nithi: ‘Sukumani, nime ngomumo, ngokuba inkemba izodla nxazonke zakho.’


AbaseGibhithe babalandela ngamahhashi, nezinqola zempi zikaFaro, nempi yakhe, babafica bekanise ngasolwandle ePhi Hahirothi, phambi kweBhali Zefoni.


“ ‘Ngalokho-ke ngimelene nawe nemifula yakho. IGibhithe ngiyakulenza libe yincithakalo, imbubhiso nehlane, kusukela eMigidoli kuye eSevene, kuze kube semngceleni eKhushe.


USimakade wathi kuMose:


UFaro uyakuthi ngabantu bakwa-Israyeli: ‘Bayazulazula bedidekile ezweni, ihlane libavalele.’


Lapho ngibakhipha okhokho benu eGibhithe, nafika olwandle; abaseGibhithe babaxosha okhokho benu ngezinqola nangamahhashi, baze bafika oLwandle Lomhlanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite