UEksodusi 12:9 - IsiZulu 20209 Ningakudli kuluhlaza noma kubiliswe ngamanzi, kodwa imilenze yalo, ikhanda, nezangaphakathi makosiwe emlilweni. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ningalidli liseluhlaza, noma liphekwe nokuphekwa ngamanzi, kepha losiwe ngomlilo, ikhanda lalo kanye nemilenze yalo nezibilini zalo. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20249 Ningayidli iluhlaza, futhi ingacwiliswanga nhlobo emanzini, kodwa yosiwe emlilweni; ikhanda layo nemilenze yalo, kanye nokusunduza kwalo. Gade chapit la |