Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 12:47 - IsiZulu 2020

47 Lonke ibandla lakwa-Israyeli liyokwenza lokhu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 Ibandla lonke lakwa-Israyeli liyakukugcina lokhu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

47 Yonke inhlangano ka-Israyeli kumelwe iwugcine.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 12:47
4 Referans Kwoze  

Niyoligcina kuze kube lusuku lweshumi nane lwayo le nyanga, bese kuthi wonke umphakathi wakwa-Israyeli uhlabe amawundlu phakathi kwamabili.


Kepha umuntu ohlambulukileyo, engekho ohambeni, ohluleka ukuligcina iphasika, lowo muntu uyakunqunywa kwabakubo, ngokuba engalethanga umnikelo kaSimakade ngesikhathi esimisiweyo; lowo muntu uyojeza.


Yishoni kuyo yonke inhlangano yakwa-Israyeli nithi: ‘Ngomhla zilishumi kule nyanga bayothatha yilowo nalowo mndeni, kube yiwundlu umndeni ngamunye.


“ ‘Uma umfokazi ogogobele phakathi kwenu, ethanda ukugcina iphasika kuSimakade, uyokwenza kanjalo njengokwesimiso sephasika nangokomthetho walo. Kuyakuba yisimiso esifanayo nakini nakogogobele phakathi kwenu nakwabokuzalwa ezweni.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite