Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 12:39 - IsiZulu 2020

39 Benza amaqebelengwane ngenhlama ababephume nayo eGibhithe; yayingenamvubelo ngokuba babexoshiwe eGibhithe bengasenakulinda, noma bagaye umphako.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Ngenhlama abaphuma nayo eGibithe benza amaqebelengwane angenamvubelo, ngokuba yayingavutshelwe, lokhu baxoshwa eGibithe bengenakulibala, futhi bengazilungiselanga mphako.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Babhaka amaqebelengwane angenamvubelo ngenhlama abayikhipha eGibithe, ngokuba yayingavutshelwe; ngoba baxotshwa eGibhithe, kabalibalanga, njalo kabalungiselelanga ukudla.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 12:39
5 Referans Kwoze  

USimakade wathi kuMose: “Ngizoletha enye futhi inhlupheko phezu kukaFaro naphezu kweGibhithe; emveni kwalokho uzonivumela ukuba nihambe lapha. Lapho enivumela uzakunixosha nokunixosha.


USimakade wathi kuMose: “Manje uzokubona engizokwenza kuFaro. Uzobadedela bahambe, ngenxa yesandla esinamandla; ngesandla esinamandla uzobaxosha ezweni lakhe.”


Wabuye wabatshela omunye umzekeliso, wathi: “Umbuso wezulu ufana nomuntu wesifazane, owathatha imvubelo wayifaka emicengezini emithathu yempuphu, kwaze kwabila konke.”


Abantu bathatha inhlama yabo ngaphambi kokuba ifakwe imbiliso, nemicengezi yokuxovela, bakugoqa ngezingubo zabo bakuthwala emahlombe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite