Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 12:34 - IsiZulu 2020

34 Abantu bathatha inhlama yabo ngaphambi kokuba ifakwe imbiliso, nemicengezi yokuxovela, bakugoqa ngezingubo zabo bakuthwala emahlombe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Abantu base bethatha inhlama yabo ingakavutshelwa, nezingqwembe zabo zokuxova isinkwa, ziboshwe ezingutsheni zabo emahlombe abo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Abantu basebethatha inhlama yabo ingakavutshelwa, lezitsha zabo zenhlama zabotshwa emahlombe abo ezingutsheni zabo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 12:34
3 Referans Kwoze  

Umfula iNayili uzogcwala amasele, azokwenyuka, enyukele endlini yakho, nasekamelweni lakho, embhedeni wakho, nasemizini yezinceku zakho, neyabantu bakho, nakohhavini nasezitsheni zokuxovela inhlama.


Wabuye wabatshela omunye umzekeliso, wathi: “Umbuso wezulu ufana nomuntu wesifazane, owathatha imvubelo wayifaka emicengezini emithathu yempuphu, kwaze kwabila konke.”


Benza amaqebelengwane ngenhlama ababephume nayo eGibhithe; yayingenamvubelo ngokuba babexoshiwe eGibhithe bengasenakulinda, noma bagaye umphako.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite