Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 12:32 - IsiZulu 2020

32 Thathani imihlambi, izimvu, izimbuzi, nezinkomo, njengoba nishilo nihambe. Nami ningicelele isibusiso.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Thathani izimvu zenu nezinkomo zenu, njengalokho nishilo, nihambe, ningibusise nami.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Thathani izimvu zenu nezinkomo zenu, njengokusho kwenu, nihambe; futhi ungibusise nami.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 12:32
8 Referans Kwoze  

Imfuyo yethu siyakuhamba nayo, akuyukusala ngisho nenselo eyodwa, ngokuba siyakuthatha kuyo ukuze sikhonze ngayo uSimakade uNkulunkulu wethu, futhi-ke ngeke sazi ukuthi siyomkhonza ngani uSimakade, singakafiki lapho.”


Lapho u-Esawu ezwa lawo mazwi kayise wadazuluka wakhala kalusizi, wathi kuyise: “Ngibusise nami baba!”


UMose wathi: “Sizohamba nezinsizwa, abadala, amadodana, amadodakazi ethu, izimvu, izimbuzi, izinkomo, nemihlambi yethu, ngokuba sizogubha umkhosi kaSimakade ngakho konke esinakho.”


Khulekani kuSimakade; sekwanele lokhu kuduma kukaNkulunkulu okungaka nesichotho. Ngizonivumela nihambe, ningabe nisachitha sikhathi lapha.”


UFaro wathi: “Ngizonivumela nihambe niyokwethula umhlatshelo kuSimakade uNkulunkulu wenu ehlane, kuphela nje uma ningezukuya kude. Ningikhulekele nami.”


U-Esawu wathi kuyise: “Baba, ubunesibusiso esisodwa na? Ngibusise nami baba!” Wadazuluka wakhala.


Kepha ngiyosijezisa isizwe esiyobe siyigqilazile, kuthi ekugcineni iphume isinefa elikhulu.


ukuze banikele iminikelo emthokozisayo uNkulunkulu wasezulwini, bakhulekele ukuphila kwenkosi namadodana ayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite