Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 10:11 - IsiZulu 2020

11 Phinde neze! Hambani nina madoda niyokhonza uSimakade, ngokuba yilokho enikucelileyo.” Base bexoshwa phambi kukaFaro.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kungabi njalo; hambani nina madoda nimkhonze uJehova, ngokuba yikho enikufunayo.” Base bexoshwa ebusweni bukaFaro.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Akunjalo; hambani manje, nina bantu, nikhonze uJehova; ngalokho obukufisayo. Futhi baxoshwa ebusweni bukaFaro.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 10:11
5 Referans Kwoze  

UFaro wathi kuye: “Suka phambi kwami! Qikelela ukuba ungaphinde ubone ubuso bami, ngokuba ngosuku oyobubona ngalo ubuso bami, uyokufa.”


Abazikhukhumezayo bangiqambela amanga; ngizozigcina ngenhliziyo yami yonke iziyalezo zakho.


Kepha inkosi yaseGibhithe yathi kubo: “Mose no-Aroni, nibasuselani abantu emisebenzini yabo na? Hambani niye emisebenzini yenu.”


Wayesethi kubo: “USimakade makabe nani-ke, njengokuba ngizakunivumela ukuba nihambe nezingane zenu: sekuyacaca ukuthi kukhona okubi enikuhlosile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite