Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 10:10 - IsiZulu 2020

10 Wayesethi kubo: “USimakade makabe nani-ke, njengokuba ngizakunivumela ukuba nihambe nezingane zenu: sekuyacaca ukuthi kukhona okubi enikuhlosile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wayesethi kubo: “Makabe nani-ke uJehova, njengokuba ngizakunivumela ukuba nihambe nezingane zenu; bhekani, ngokuba okubi kuphambi kwenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wathi kubo: “INkosi mayibe nani, njengokuba ngizakunikhulula nina nabantwana benu; ngoba ububi buphambi kwakho.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 10:10
7 Referans Kwoze  

Ngakho-ke ningamvumeli uHezekiya anikhohlise, aniyenge ngale ndlela; ningakholwa nguye, ngokuba akuzange kube khona nkulunkulu kunoma yisiphi isizwe nombuso owaba namandla okusindisa abantu bakhe esandleni sami, nasesandleni sobaba. Nina-ke nicabanga ukuthi owenu uNkulunkulu anganisindisa esandleni sami na?”


Emini uSimakade wayehamba phambi kwabo ngensika yefu ukubakhombisa indlela, kuthi ebusuku ahambe phambi kwabo ngensika yomlilo ukuze abakhanyisele, bahambe ubusuku nemini.


Kukhona yini ongahlela bese enza akuhlelile, uma iNkosi ingakuvumelanga na?


UMose wathi: “Sizohamba nezinsizwa, abadala, amadodana, amadodakazi ethu, izimvu, izimbuzi, izinkomo, nemihlambi yethu, ngokuba sizogubha umkhosi kaSimakade ngakho konke esinakho.”


Phinde neze! Hambani nina madoda niyokhonza uSimakade, ngokuba yilokho enikucelileyo.” Base bexoshwa phambi kukaFaro.


UFaro wabiza uMose, wathi kuye: “Hambani niyokhonza uSimakade, kusale kuphela izimvu, izimbuzi, nezinkomo zenu; hambani ngisho nabantwana benu imbala.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite