Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 1:1 - IsiZulu 2020

1 Lawa ngamagama amadodana ka-Israyeli afika noJakobe eGibhithe; yileyo naleyo nabedlu yayo:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Lawa angamagama amadodana ka-Israyeli afika eGibithe noJakobe; yileyo naleyo yafika nomuzi wayo:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Lawa angamagama abantwana bakwa-Israyeli abafika eGibithe; bonke beza noJakobe kanye nendlu yakhe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 1:1
15 Referans Kwoze  

Eseyalela sekuphuma umphefumulo, wayiqamba igama wathi nguBhenoni, kodwa uyise wathi nguBhenjamini.


Lapho uSimakade ebona ukuthi uLeya uyisaliwakazi, wamvula isibeletho sakhe, kodwa wasivala esikaRaheli.


uRubeni, uSimeyoni, uLevi, uJuda,


“Nanka amagama ezizwe: UDani uyakuba nesabelo, kusukela emngceleni osenyakatho eceleni komgwaqo eHethiloni kuya eLebho Hamathi, kuze kuyofika eHazari Enani elingumngcele eDamaseku ngasenyakatho eceleni kweHamathi, kuya ohlangothini olusempumalanga kuze kube sentshonalanga.


Amadodana kaJosefa azalelwa eGibhithe aba mabili, ngakho-ke bonke abendlu kaJakobe abaya eGibhithe babengama-70.


amagama ayisithupha etsheni elilodwa, namanye ayisithupha kwelinye itshe njengokwelamana kwawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite