UDuteronomi 9:19 - IsiZulu 202019 Nakuba ngangilwesaba ulaka nentukuthelo uSimakade ayenithukuthelele ngakho ukuba anibhubhise, nokho uSimakade wangizwa futhi nangaleso sikhathi. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Ngokuba ngangesaba intukuthelo nolaka uJehova anithukuthelela ngakho ukuba anibhubhise, kepha uJehova wangizwa nangaleso sikhathi. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202419 Ngokuba ngesaba intukuthelo nokuvutha kolaka uJehova anithukuthelela ngakho ukuba anibhubhise. Kodwa uJehova wangizwa ngaleso sikhathi. Gade chapit la |
Wathi kuMose: “Bheka, ngenza isivumelwano phambi kwabo bonke abantu bakho. Ngiyokwenza izimangaliso phambi kwabo bonke abantu bakho, ezingakaze zenziwe emhlabeni wonke, naphakathi kwezizwe zonke. Bonke abantu enihlala phakathi kwabo bayokuwubona umsebenzi kaSimakade, ngokuba kuyinto eyesabekayo lokhu engizokwenza ngawe.