Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 8:9 - IsiZulu 2020

9 izwe lapho uyakudla khona isinkwa ungesweli lutho; awuyukudinga lutho; izwe elimatshe alo ayinsimbi, ezintabeni zalo uyakumba ithusi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 izwe lapho uyakudla khona isinkwa kungekho kuswela; awuyikudinga lutho; izwe elimatshe alo ayinsimbi, nelizintaba zalo ungemba kuzo ithusi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Izwe lapho uyakudla khona ungenayo isinkwa, awuyikuswelakala kulo; izwe elimatshe alo ayinsimbi, nezintaba zalo ningamba ithusi.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 8:9
8 Referans Kwoze  

“Uyabona, ekuhluphekeni kwami, ngiyilungiselele indlu kaSimakade: amathalenta egolide ayizi-100 000, amathalenta esiliva ayizi-100 000, ithusi nensimbi okungenakulinganiswa ngenxa yobuningi bakho; ngilungise nemithi namatshe, wena-ke usuyokwenezela kukho.


wathi kubo: “Buyelani emathendeni enu nengcebo eningi, nemfuyo eningi, nesiliva, igolide, ithusi, insimbi, nezimpahla eziningi, nabelane nabafowenu impango eniyithathe ezitheni zenu.”


Imigoqo yakho ingeyensimbi nethusi, njengoba zinjalo izinsuku zakho; ayoba njalo namandla akho.’


Insimbi imbiwa emhlabathini, netshe lincibilikiswe libe yithusi.


izwe likakolo nebhali, imivini nemikhiwane namahananadi, izwe leminqumo enamafutha noju,


“Uyakudla usuthe, umbonge uSimakade uNkulunkulu wakho ngezwe elihle akunike lona.


Uma nihamba, niyofica abantu abangaxwaye lutho. Izwe libanzi, uNkulunkulu ulinikele esandleni senu; indawo lapho kungasweleke lutho lwasemhlabeni.”


UDavide waqokelela nensimbi eningi yokwenza izipikili zeminyango nezamasango nezokuhlanganisa ithusi eliningi elisisindo salo singenakulinganiswa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite