Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 7:15 - IsiZulu 2020

15 USimakade uyakususa kuwe zonke izifo, akayukubeka kuwe izifo zaseGibhithe ezimbi ozaziyo, kodwa uyozehlisela phezu kwabo bonke abakuzondayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UJehova uyakususa kuwe zonke izifo, angabeki kuwe izifo ezimbi zaseGibithe ozaziyo, kepha azifake phezu kwabo bonke abakuzondayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 UJehova uyakususa konke ukugula kuwe, nezifo ezimbi zaseGibithe ozaziyo aziyikwehlela phezu kwakho; kodwa izakubeka phezu kwabo bonke abalizondayo.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 7:15
9 Referans Kwoze  

Wathi: “Uma nililalela ngokucophelela izwi likaSimakade uNkulunkulu wenu, nenze okulungileyo emehlweni akhe, nigcine imiyalo yakhe, nigcine zonke izimiso zakhe, angiyukunehlisela zonke izifo engazehlisela abaseGibhithe, ngokuba nginguSimakade oniphilisayo.”


Uyobuyisela kuwe zonke izifo zaseGibhithe owawuzesaba, zinamathele kuwe.


USimakade uyokushaya ngamathumba aseGibhithe, ngamaqhubu, ngomuna, nangotwayi, okungelapheki.


Osomlingo abakwazanga ukuma phambi kukaFaro ngenxa yamathumba, ngoba nabo babehlaselwe ngamathumba nabo bonke abaseGibhithe.


Niyakumkhonza uSimakade uNkulunkulu wenu, Mina ngiyobusisa ukudla namanzi enu, ngisuse izifo phakathi kwenu.


USimakade uNkulunkulu wakho uyakubeka zonke lezi ziqalekiso phezu kwezitha zakho naphezu kwabakuzondayo nabakuhlukumezile.


Okubi akuyukukwehlela, nesifo asiyukusondela ethendeni lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite