Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 5:8 - IsiZulu 2020

8 “ ‘Ungazenzeli izithombe ezibaziweyo zomfanekiso wokusezulwini phezulu, nokusemhlabeni phansi, nokusemanzini phansi komhlaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “ ‘Ungazenzeli izithombe ezibaziweyo zomfanekiso wokusezulwini phezulu, nokusemhlabeni phansi, nokusemanzini phansi komhlaba;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ungazenzeli izithombe ezibaziweyo, noma umfanekiso wokusezulwini phezulu, nokusemhlabeni phansi, nowokusemanzini phansi komhlaba.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 5:8
7 Referans Kwoze  

Ungazenzeli isithombe esibaziweyo, sanoma yini olusezulwini phezulu, noma olusemhlabeni phansi, noma olusemanzini phansi komhlaba.


“Awuyukuzenzela onkulunkulu ababunjiweyo.


“ ‘Aniyukuzenzela onkulunkulu abangasho lutho, aniyukuzimisela izinsika, aniyukuzibekela itshe elingumfanekiso ezweni lakini, ukuba nikukhothamele; nginguSimakade uNkulunkulu wenu.


Yena, ngikhuluma ngokusobala umlomo nomlomo, hhayi ngombono noma ngamazwi ayimfumbe, futhi uyasibona isimo sikaSimakade. Kungani ningesabanga ukukhuluma ngenceku yami uMose na?”


“ ‘Makaqalekiswe umuntu owenza isithombe esibaziweyo nesibunjiweyo, isinengiso kuSimakade, umsebenzi wezandla zengcweti, asimise esithe.’ “Bonke abantu bayothi: ‘Amen.’


Bonke abakhonza izithombe ezibaziweyo mabajabhe, labo abazigabisa ngezithombe. Bonke onkulunkulu bakhothame phambi kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite