Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 4:11 - IsiZulu 2020

11 “Nasondela, nema phansi kwentaba; intaba yayivutha umlilo kuze kube semkhathini, inamafu amnyama nesigayegaye sobumnyama.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Nase nisondela, nema phansi kwentaba; intaba yavutha umlilo kwaze kwaba phakathi kwezulu, inobumnyama, namafu, nesigayegaye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Nasondela, nema phansi kwentaba; intaba yavutha umlilo waze wayongena phakathi kwezulu, inobumnyama, namafu, nesigayegaye.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 4:11
10 Referans Kwoze  

“Kwathi lapho nilizwa izwi elivela phakathi kobumnyama, intaba ivutha umlilo, nasondela kimi, zonke izinhloko zezizwana zenu namalunga enu,


USimakade wathi kuMose: “Bheka ngizokuza kuwe ngefu elimnyama, ukuze abantu bezwe uma ngikhuluma nawe, nokuba emveni kwalokho bakholwe nguwe kuze kube phakade.” UMose wambikela uSimakade lokho okwakushiwo ngabantu.


USimakade wakhuluma kini ephakathi emlilweni; nezwa izwi likhuluma, kodwa anibonanga simo, nezwa izwi kuphela.


Uzisonge ngobumnyama, wazemboza ngemvula yamafu amnyama bhuqe!


Yena uphahlwe ngamafu nobumnyama, ukulunga nobulungiswa kuyisisekelo sesihlalo sakhe sobukhosi.


Wadabula amazulu, wehla; isigayegaye sobumnyama sasiphansi kwezinyawo zakhe.


Emva kokuzamazama komhlaba, kwaba khona umlilo, kodwa wayengekho uSimakade emlilweni. Emva komlilo, kwaba nezwi elincane elihlebezayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite