Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 32:1 - IsiZulu 2020

1 “Lalelani nina mazulu, ngiyakhuluma; umhlaba mawuzwe amazwi omlomo wami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 “Bekani indlebe nina mazulu, ngiyakukhuluma; umhlaba mawuzwe amazwi omlomo wami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Yizwani nina mazulu, ngikhulume; futhi yizwa, mhlaba, amazwi omlomo wami.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 32:1
12 Referans Kwoze  

Yizwani mazulu, ubeke indlebe we mhlaba, ngokuba uSimakade ukhuluma, uthi: “Ngikhulisile, ngondla abantwana, kodwa bangihlubukile.


ngibiza izulu nomhlaba ukuba kube ngufakazi ngani namuhla, ukuthi niyakuqothulwa niphele masinyane ezweni eniwela iJordani ukuba nilidle. Izinsuku zenu aziyukwanda kulo, niyakuqothulwa nokuqothulwa.


Wena lizwe, lizwe, lizwe, yizwa izwi likaSimakade!


Lalelani lokhu nina bantu, nonke bekani indlebe, nonke zakhamuzi zasemhlabeni,


Yizwa wena mhlaba, bheka, ngiyakwehlisela inhlekelele phezu kwalaba bantu, isithelo samacebo abo, ngokuba abawalalelanga amazwi ami, nomthetho wami bawulahlile.


Ubiza izulu ngaphezulu nomhlaba, ukuba ahlulele isizwe sakhe:


Ngiqoqele wonke amalunga ezizwaneni zenu nezinduna zenu ukuze ngikhulume kuwo lawa mazwi, elalele, ngibiza izulu nomhlaba kube ngufakazi.


“Ngibiza izulu nomhlaba ukuba kube ngofakazi ngani namuhla ukuthi ngibeke phambi kwenu ukuphila nokufa, isibusiso nesiqalekiso; ngalokho khethani ukuphila ukuze niphile, wena nenzalo yakho,


Mangalani ngalokho, mazulu, nithuthumele, nibe yincithakalo yoqobo,” kusho uSimakade.


UMose wakhuluma wonke amazwi ehubo ibandla lonke lakwa-Israyeli lilalele.


Sondelani nina zizwe, nizwe, nina bantu, lalelani! Mawuzwe umhlaba nakho konke okuwugcwalisile makuzwe izwe nakho konke okuphuma kulo.


“Ngalokho, zilobeleni leli hubo, nilifundise abantu bakwa-Israyeli, libekeni emilonyeni yabo ukuze leli culo libe kimi ngubufakazi kubantu bakwa-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite