UDuteronomi 29:11 - IsiZulu 202011 izingane zenu, omkenu, nomfokazi ophakathi kwezinkambu zakho, kusukela kogawula izinkuni kuya kulowo okha amanzi, Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 nezingane zenu, nawomkenu, nomfokazi ophakathi kwamakamu* akho, kusukela kumgawuli wemithi kuze kufike kumukhi wamanzi, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202411 Abantwana bakho, omkekho, nomfokazi wakho osekamu lakho, kusukela kumgawuli wakho wezinkuni kuze kufike emthonjeni wakho. Gade chapit la |
kepha usuku lwesikhombisa luyisabatha likaSimakade uNkulunkulu wakho; awuyukusebenza msebenzi ngalo, wena nendodana yakho, nendodakazi yakho, nenceku yakho, nencekukazi yakho, nenkabi yakho, nembongolo yakho, nayo yonke imfuyo yakho, nomfokazi ophakathi kwamasango akho, ukuze inceku yakho nencekukazi yakho baphumule njengawe.