Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 25:9 - IsiZulu 2020

9 umkamfowabo uyosondela kuye phambi kwamalunga, akhumule isicathulo onyaweni lwakhe, amkhafulele ebusweni bakhe, athi kuye: ‘Makwenziwe kanje endodeni engayakhi indlu kamfowabo.’

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 umkamfowabo uyakufika kuye phambi kwamalunga, akhumule isicathulo onyaweni lwakhe, amkhafulele ebusweni bakhe, aphendule athi: ‘Kuyakwenziwa kanjalo kumuntu ongayakhi indlu yomfowabo.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Khona umkamfowabo uyakufika kuye phambi kwamalunga, akhumule isicathulo sakhe onyaweni lwakhe, amkhafulele ebusweni, aphendule athi: Kuyakwenziwa kanjalo kulowo muntu osendlini yomfowabo.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 25:9
16 Referans Kwoze  

USimakade wathi kuMose: “Uma uyise ebemkhafulele ngamathe ebusweni, ubengelithwale yini ihlazo lakhe izinsuku eziyisikhombisa na? Makavalelwe ngaphandle kwenkambu izinsuku eziyisikhombisa; emveni kwalokho uyakubuye angeniswe.”


Lo ozayo emuva kwami, angifanele ngisho nokuthukulula umchilo wezicathulo zakhe.”


bayiklolodele, bayikhafulele ngamathe, bayishaye, bayibulale, kepha emva kwezinsuku ezintathu izakuvuka.”


Wayeshumayela ethi: “Emva kwami kuza onamandla kunami, engingafanele nokuba ngikhothame ngithukulule umchilo wezicathulo zakhe.


Amkhafulela ngamathe, athatha umhlanga, amshaya ekhanda.


Base bemkhafulela ngamathe ebusweni, bamdushuza, abanye bammukula,


Nganika abashayi umhlane, nezihlathi zami kubo abahluthula isilevu; angibusithelisanga ubuso bami ekungcofweni nasekufelweni ngamathe.


Ngaleso sikhathi uSimakade wakhuluma ngesandla sika-Izaya, indodana ka-Amozi, wathi: “Hamba ukhumule indwangu eyisaka esokhalo lwakho, nezicathulo ezinyaweni zakho.” Wenza kanjalo, wahamba nqunu, engafake nazicathulo.


Bayangenyanya, bamela kude nami, abayeki ukungikhafulela ngamathe.


“Ngakho-ke uSimakade uNkulunkulu wakho, uthi: ‘Impela ngasho ukuthi indlu yakho nekayihlo ziyongena ziphume ebukhoneni bami kuze kube phakade.


Amalunga omuzi wakubo ayombiza, akhulume naye; uma emi emazwini akhe, ethi: ‘Angithandi ukumthatha,’


Igama lakhe liyakuthiwa kwa-Israyeli ‘Indlu yosicathulo sikhunyuliwe.’


Umhlengi wathi: “Qha, uma kunjalo, ngeke ngiyithenge leyo ndawo funa ngone ifa lami. Zihlengele wena, mina ngeke ngikwazi ukuyihlenga.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite